Tip:
Highlight text to annotate it
X
William, sawubona, kwakuhle ukukubona
manje unesthombe ngyacabanga
ikuphi lana?
ikhaya lami leli, kulapho ngihlala khona
kuphi, kuliphi izwe
eMalawi, eKasungu
uneminyaka engu 19 manje?
yebo ngineminyaka engu 19 manje
eminyakeni emihlanu edlule ubunesu, kwakungelani?
bengifuna ukwenza iwindmill
iWindmill? Yebo
ukwenzela amandla, njengokukhanyisa nokunye?
Yebo
manje wenzani, wayibona kanjani lento?
uhm, emva kokuba ngiyeke iskole, ngaya emtapweni wolwazi, ngafunda incwadi esihloko sithi “ukusetshenziswa kwamandla”, ngathola ulwazi ngeWindmill ngase ngiyayizama, ngayenza
Manje(behleka) manje wakopela, wayikopela isakhiwo njengoba sinjalo encwadini?
cha, ngasishintsha
kwenzakalani?
eqinisweni isakhiwo seWindmill esasisencwadini
incwadi yayinamathatu, eyakho inamane?
Yebo
wayenza ngani?
uhm, ngenza amaplates amane ngoba ngangifuna ukunyusa amandla
wahlola amathathu wabona ukuthi amane asebenza kangcono?
Yebo
bese wayenza nganike iWindmill? Wasebenzisa maphi amathuluzi?
ngasebenzisa ibaskoflame, ipule, ipayipi likaplastiki, ne wadinpus
sinesthombe kwisilayidi esilandelayo
kwakuyinin, ini!
uma umoya ushaya uvikela futhi ukhiqize
ugesi ongakanani?
amavolthi awu12
manje lokho kwenza ukukhanya kwendlu, mangaki amalambu
amabolts amane Kanye namareyido amabili
WoW, manje..
ubani loya
laba ngabazali bami, babambe umsakazo
bazizwa kanjani?,
babejabulile?
Yebo
uyafuna ukwakha enye?
yebo ngifuna ukwakha enye ukupampa amanzi nokuchelela izitshalo
manje lena kumele ibenkulu?
Yebo
kakhulu kangakanani?
ngicabanga ukuthi izokhiqiza ama volts angaphezu kwa200
lokho kuzokhiqizela umpakathi wonke
yebo
manje ukhuluma nabantu lana ukuze uthole abantu abangasiza ndlelathizeni babone lomkhakha
yebo
yebo, bangangisiza gokwakha, yebo
uma ucabanga ngempilo yakho nje ukuya phambili, una19 manje
uzibona uqhubeka nalomkhakha wokusebenza ngamandla
yebo, ngisabanga ukusebenza ngamandla
William, kubeyintokozo ukuba nawe kule nkomfa, siyabonga kakhulu ngokufika
siyabonga